
Unikwe umbandela wokudlalela ikilabhu yaseMzansi ehlukana neyaseRussia uCele
Useyi-free agent umdlali weBafana Bafana uThabo Cele ngemuva kokwehlukana nekilabhu yaseRussia, iFakel Voronezh. Ngokusho kwale kilabhu, lo mdlali unqamule inkontileka yakhe








